sambulo umuthi wenzani uses and benefits

Isambulo siyangena emthini yokukhuphulwa isithunywa. Siyangena kwigobongo, Siyangena emthini wokuvula izinto zakho ezivalekile. Siyangena kumuthi wenhlanhla. Siyangena emthini wokucacisa amaphupho.

Igobongo

Igobongo , isambulo njalo lakukhulunywa ngaso khona kukhulunywa ngamagobongo noma idlozi, amagobongo ahlukene kaningi, amanye enziwela ukuthi idlozi likhulume nawo lisho lifunani. umuntu mayedla amagobongo akusho ukuthi usuke ezothwasa noma uyathwasa cha. Kunabantu abazitshela ukuthi igobongo or amagobongo achaza ukuthi uzoba isangoma cha akunjalo. Igobongo uyalenza lapho uhlola khona kungaveli lutho, kodwa unabantu abadala, ukuze bafike bazosho ukuthi bafunani kuwena, yini okumele uyenze.

ukuphupha isambulo igobongo

Amaphupho ngesambulo , kuchaza ukuthi ukuphupha isambulo ? ukuphupha isambulo ngabe kuchazani?

Icishamlilo / Cimamlilo isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Liyangena ekuguleni okuningi, iyangena emithini wezifo Kanye nemithi yomeqo. Ilumbo eligijima esiswini. ufaka emithini wesichitho, Iyangena emithini yokulapha iphunga lomzimba Kanye nezinduna emzimbeni. usetshenziswa emithini wokwelapha ufufunyane. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuqeda icala.
VUTHA isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Kunoyikhubalo, kunoyitshe, kunoyigxolo. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuphindisa izinto emuva. Uvutha umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokwenza ilumbo.
Ubendle/ isthephane isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yecala. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuxabanisa izitha,

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?